Ngithe sengiwuhlubile ubhanana π etekisini, uma ngiphakamisa amehlo nasi i-sticker esibhalwe: “Musa ukudla emotweni njengemfene.”
Sub Categories
Ngithole i-call from a car tracking company, bathi imoto yam i-outside the province! π² Bangibuze ukuthi ngabe yimi yini oyishayelayo, ngivele ngakhushukelwa i-BP same time. π©
Yimi lowaya ngithwala izandla ekhanda, ngadonsa amaguzu ami ngayobamba itekisi ngibheke e-police station. π Ngafika sengihefuzelisa okwengulube, angisakwazi nok’khuluma. π£ Ngithi ngichaza udaba athi u-captain: βYehlisa umoya ndoda, bese uchaza kahle.β
Anginike amanzi, ngiphuze. Ubuye umqondo ukuth no maaan, anginamoto mina! π€ Ngingumahlalela. Ngikutshela ukuthi ngibuye sengibuya ngeveni yamaphoyisa.
Kumele ngibuyele ensangwini, uyazi bengi-right ngizibhemela.
Noma ngabe kushube kanjani bra wami, ungahlali estolo.
Ge Reka Bona Ore Emela Ka Moka Re Reka Pele Makuleng,Setxe Re Tseba Gore O Tlile Go Dirang.
Baby Daddy Ke Baby Daddy O Kano Mo Founela Le Ka 1am Wa Mmotxa Gore Ngwana Ne a Lla Mara Nou O Homotxe..
Dating usisi wakwaNongoma akuyona inkinga, inkinga iqala lapho esecobhoza i-pizza kwi-juice.
Maye babo! π³
Ufike uphe umuntu i-lift, nisahamba kanjalo nihlangane neMercedes AMG umuzwe esethi: “Uyabona-ke, nazi imoto zangempela!” π
Ugogo ubuya engadini, usifica sibuka Channel O kudlala ingoma Ibhanoyi. Usethi-ke: βHawu! Ngesikhathi sezindaba nithengelana amabhanoyi! Vula u-SABC 1, Njabulo.β
Bese kuba khona le mpama π engadingi ubuyisele, π efuna nje ubuye nge-van yamaphoyisa π ususike iphiko, uqhamuke usumkhomba ngo-seven ππΌ lo okushayile.
Lapho engabona khona ukuth ungubambo lwami, sobabili sathi: “Goodnight babe.” kanti sisazohlangana futhi eNembula. π
Wabhodla π€’ uSisi π©π» wase-Ladies House π etekisini, π salindela ukuthi uzothi: “Excuse me.” ππ» Wavele wathi: “Ncuz’ebhodlayo, ncuz’esuthi, ncuz’eKFC, ncaaa nkosh, ninenkingoooon?”
Sisale sibambe ongezansi. π€
Mhla kuyoshaywa laba bantu abasishutha izithombe zama-ID, ningitshele, ngiyoyeka konke engikwenzayo.
Uma kuliwa kwi-relationship, ubokwazi ukuthi yilona omnyama onochuku, badelela kabi o-tonight.
“Ngizokuthanda kuze kubuye uJesu.”
Nivele nihlukane π kungakabuyi ngisho umalume oseGoli.
Mosadi Wamo Thusa Ka Women On Top Chief,O Skano Patlama Nkare Oka Fase Ga Koloi
Nagana Go Fisa So,O Imelwa Ke Mpa Ya Go Ganiwa