Ngifuna umuntu owazi ugesi, onesitifiketi, ikhadi lami leValentine engalinikwa ngibuya kwi-conference alisakhali. π
Sub Categories
Dudlu ntombi! Angina-Polo Vivo, angina-GTI kodwa ngine Wi-Fi endlini yami. Amaqanda ang’wabali, ungaphohloza noma amangaki. Ngiqome ntokazi!
Selokhu ngayeka insangu, sengicabanga izinto ezijulile.
What if February usho ukuthi feba unga-worry?
Phakathi komuntu wakho nekhansela langakini, ubani onamanga kakhulu?
Ukujola nami kumnandi ngoba uthola i-comedian, uhlanya kanye ne-porn star, all in one person. Ngiyi-combo kahle kahle
My neighbor bought another kind of chicken, π something that runs while you are still spraying sneakers.
*Imagine seeing your Ex Wyf in her new boyfriend’s car with your child, then your child sees you and shouts “Daddy futsek”*π π π€£π€£π€£π€£π€£π€£
Ungaba muhle, ugqoke kahle kodwa indaba ilapha.
*esho ekhomba*
Oyokhala emngcwabeni wami ningisize nimphuce ipleti, akhalele into ayaziyo.
Umuntu abhale i-post la kuFacebook athi: βLife though. π₯ πβ
Umbuze ukuthi kwenzenjani, athi: βInbox please.β
Uma ufika ku-inbox, athi: βLetβs WhatsApp.β
Ku-WhatsApp athi: βCall me.β
Umfonele, athi: βLetβs meet.β
Uma nihlangana athi: βYou wonβt understand.β
Abantu abayeke insangu, nx! π π₯ π
Ey, uyicinge i-mayonnaise kwaNongoma kanti ibhalwe ukuthi Ushuni Wesaladi.
π©π½βπ¦°: βBabe, uyazi umuhle kanjani?β
π¨π»βπ¦±: βLe mali oyibonile Gugu, eyokuthenga usimende!β
Kulo nyaka akukho muntu oyothwasa, akhona ama ARVs ema-clinic.
Dear Debonairs,
Bengicela nitshele abasebenzi ukuthi ngicela basike equal pieces ngoba siyaxabana uma sesidla namagenge.
Ave nibhora uma senizi-like(la) kuqala, nisenza abantu ababi.
Mina i-mop ngiyifaka kayi-one emanzini ngi-cleane 4 room yonke