Yayenziwa kanjani i paternity test kudala?Lalela ke…Uma lengane okungeyon’eyakho igijima nezinye yayiwa ingakafiki kuwe lapho zikuhlangabeza uphethe okumnandi.Why?Yayiwiswa amadlozi akini ngoba esekhathele ukukubona wondla igoya(ingane yebhantshi)
Sub Categories
Kungani amanye amadoda ethanda ihwanqa?Asekhathele ama boereklap
Thola iZulu/iNja dictionary uyogcina ukundlula kumakhaya anezinja
Namanje ngisanenhlanhla.Ukube njalo mangi cheater ngiphuma izinyo,kube Kade ngidl’idokwe
Yini kahle kahle okufunwa umuntu? Namhla uyatoytoya ngoba amaphoyisa akazibambi izigebengu. Kusasa uyatoytoya makukhishwe lezigebengu ezivalelwe izolo. Hey butcherman ngicela ungikalele amathambo ka R40.Hey!hey! moes amathamb’odwa lawa akunanyama
Umehluko phakathi kuka vrou nonkosikazi.Unkosikazi angapheka late uyabuzwa.U vrou yena akupholisw’amaseko uyabhaxabulwa
Wonke umuntu unamalungelo, nami ngokunjalo nginelungelo lokutshela umka makhi ukuthi ume kahle