Gogo in a taxi from JHB to DBN acele udriver amtshele uma esese PMB, an hour later amkhumbuze futhi, athi udriver “ngikuzwile gogo ngizokwazisa…” akhohlwe udriver aze ayofika eMarianhill etollgate, athi ugogo “ungakhokwa njalo driver ePMB” abambe ikhanda udriver ajike nabagibeli ayinyathele ephinda ePMB – abagibeli bayavungama ulaka, sebefikile athi “gogo sesifikile ePMB” athi ugogo “ngiyabongake kuthiwe ngiphuze amaphilisi ami uma sesise PMB sesingaqhubekake nohambo vele ngiya eDBN!”
Related Posts
“Manje i-coolerbox ne-camp chair kuyaphi kona?” Bebuza mina endlini bengithume esinkwa kulo Disemba.
Whites:Let go and have fun.m😆😀 Blacks:Ufuna ukumhlabake loh
Money is a password to unlock a woman Sengikhona ngizobona ama jokes
Saze savelelwa ugogo bamthengele iphone wanyakaza ebusuku wanyaka za uthi wenza ni ngizokushutha
White Parent :: You depend on me. Black Parent :: Udla Mina, ugqoka Mina, unya Mina. 🐸
Kodwa baningi bantwana Labanga fani nabo daddy Just saying nje maningi majazi(👨👴👦👶😆)
Me: searching on Google how to bath in 2 minutes Google: hambo buza abantu bakwa Mkhize, Mthethwa nabakw Dube
Hau ishwa phela leli, noma ngithi ibhadi elikhethelwe mina nje today.Haiybo….kanti uJanuary unjani, kusawukweyisa noma ukuxakeka lokhu, nangu umfana ezongidayisela Continue Reading..
