Asilungise la bahlali: Quit = khwith Quiet = khwayeth Quite = khwayth
Yabona umuntu umnike ilolly Pop njee avele angayiniki thuba ayihlafune.Ubona kahle ukuthi ilenhlobo ukubekezela engakwazi.
Ngicele usizo lwakho nje, wavuma. Manje wena wenza engathi ngithe enza izimanga ezenziwa uJesu waseNazareth ebhayibhelini.
Sipho: Mbali manje wenzani empilweni Mbali :ngyasakaza Sipho:wow,usakaza kuyiphi iradio station? Mbali :ngisakaza ngempama umuntu ongibuza umbhedo😂😂😂😂
Mjita one sphongo Akajole netheken enesphongo ama butternut ndawonye bo
Niyakhumbula abafana ababili besikhohlisa bethi Gqom Is The Future? 🤔 Baphi bona?
“Your family likes reading.” Kusho umlungu wami ebona u-newspaper e-toilet lasekhaya. 😩 😭 💔
Babiza isangoma ngogogo, kodwa thina uma sibiza uPastor wethu ngoDaddy or Papa they catch feelings. 😐 Your children Lord.
Phara.Ngidayisa utamatisi my sister Sis.Laba aba green kanjen Phara. Abe mint
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *