Noma emnyama umuntu wakho muphoste, thina sizonyusa u-bright.
Inbox your crush and say “Yaz abantu bayangsukela bathi Syajola. . Thank me later
Umuntu omnyama will say anything jst to get off da phone. Like “awume nghlale phansi, il call yu back”
Ukhuhle amabhentshi esbhedlela kugcine sekuyiwona ayisifo kunalesi esikuphethe.
UNyaar uya eskoleni. Uhamba uyadlala, uhubhana namantombazane. Uma efika sekunothisha eclasin and udinwe ufile. Teacher: Nyaar ngoba ulate uzongena ngokuphendula Continue Reading..
Kwakuyimvuselelo yamadoda ashadile. Wase ethi umfundisi: onke amadoda mawathumele iSMS ebhalwe ukuthi “I LOVE YOU SWEETHEART” kubantu bes’fazane abashade nabo Continue Reading..
Ubu X buphela nini kanti, sengohlala ngiyi X yakho noma sengishadile? Hayi ngeke mele ibene limit lento.
Iwayini elidayiswa ngebhokisi akusilona iwayini, njengoba ne-Ricoffy kungesilona ikhofi. Inbox location yakho uma ufuna silwe.
It’s 2018 and Scientists still haven’t discovered a way to respond to… “Wena ungenaphi”??
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *