Ey, uyicinge i-mayonnaise kwaNongoma kanti ibhalwe ukuthi Ushuni Wesaladi.
Related Posts
“Ngeke ngikulahle babe.” Kusho inkunzimalanga, into eyayilahla umsizi esikoleni ngisho sebewubophele entanyeni. 😐
Uthe Uzofika la kimi ngo 08h00, u busy ukopana namakhala la ukhona.
Yaz lento oyishoyo ifana nomunt odla inyam eyosiwe epheth ama toothpick kodwa engenama zinyo
Uzwe umuntu ethi akahlangani yena namadimoni, akayidli nje ingulube. Kodwa mayese Restaurant ubiza o- beacon an eggs alandelise nge plate Continue Reading..
Uskwiza wenu usengicele isamba sika-R30, kanti ngoneni ezweni? Angifi ngani okungcono? 😩
Umuntu akuphule inhliziyo uze ukhumbule leya sign esesangweni lakubo ethi bhasobha inja ubuye umnqondo ukuth kwakushiwo yena
Walala eTaxin uPregnant sikhipha umtwana siyomthengisela uMrekza no Lucy
Usathi u-enjoy ubumnandi bokugibela iTax 🚐uzwe kuthiwa yehla sesfikile ✋kodwa yin ubunja 🐕