Akekho owazi i-crèche eno-NSFAS? 🤔
Sengiphelile amashumi ekuseni. 😩
Nanku umbuzo, ungawalwela yin ama💩 akho ubona umuntu ewafaka ku-plastic ehamba nawo phambi kwakho?
Babiza isangoma ngogogo, kodwa thina uma sibiza uPastor wethu ngoDaddy or Papa they catch feelings. 😐 Your children Lord.
Impela ezulwini ziyabuya kukhona uVelaphii no Sdumo noBhongo noJesu uhleka kakhulu aze akhohlwe izono zethu..😂
All those bullets MaNzuza dodge in Sarafina . . Finally got her on Uzalo
Umshado 👰💍 ulindwa nge degree 👩🎓 Netohwana (span) ai nge momozi 🍑 Engenalutho Not my hand writing
EHH KONJE UTSINI NGESLUNGU IF UTSI IMALI 💵 IHLANGENE ?
Mina I post jokes for my crush 👩🏽🦰, angazi-ke ukuthi nin’abanye nisuke nihlekani. Angazi ngempela ‘yazi.
Mawuzongibukela kude ngimuhle kodwa meke wasondela eduze, haiy indaba yakho ke leyo.
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *