WHITES:”Nice suit, David.” 🙂
BLACKS: “Aw Mdeva, senaba abefundisi?”
Uma ufuna indoda enemali, cacisa phela ukuthi enamalini.
Kaizer Chiefs iyafana nemomozi, noma idliwe ayisuki la ikhona. 😏
Indlu yasekhaya uyumgodi monokha kuthiwa hluba ungene
Uthengeni ngeShumi lakho eskolen Enzoh? 👶🏾 Athenganga Lutho dlale istokofela faka ukhipha ishumi libuye selufafrandi
URamaphosa Wenu selokhu aba uPresident akaze aphose Ngisho Eyodwa iRama
Ukhona kodwa umndeni oseke waya kohlola kwafike kwathiwa: “Hhayi, amadlozi ahleli kahle, futhi asuthi, nina nje nixakwe izinkinga zomhlaba.”?
Uthi bewazi: uZodwa wabantu sekunguZodwa wezinkukhu, buza uKelly Khumalo.
Kant njalo noksika iphiko kwimogo kungeyona eyakho iyawudla upetrol leyonto
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *