Relationship yami ithule nje, angazi noma kwehliswe ivolume noma kushe i-speaker. 😕 😢
Related Posts
Nywe Nywe amadoda izinja jikijiki nguwe loyana nge Valentines day ugijima 🏃♀️uyomthengela present yenkomishi awumthengelanga Ngan unodoli wenja omhlophe onentambo Continue Reading..
Konje kusazoba mnandi empilweni yami, ngisazocabuza umkami uma silungiselela ukuya emsebenzini. 🤗 Zithi izingane zethu: “Eww… Get a room!” Sihleke Continue Reading..
I dont date for looks but nawe ungabi mubi mubi bii ngathi une criminal record
Umumtu ulokhu ethi simnandi iSqwaqwa, ngiyaxakeka ukhuluma ngani. Kanti usho iSgwaqane engangimphakele sona sibuya kubo eChipolopolo (Zambia) ngivakashile.
Kwathi ngenye iday ngigibel tax nomxhosa bembuza kth uzokwehlaphi wezwakala esememeza plus esebeack seat wathi ishaye driver uzobona masendehla😂
Ngendlela ekshisa ngayo sengze ngavula ne Gate ngeee . Happy upcoming new year, be safe Remember don’t drink n drive Continue Reading..
Uthi uvula ifriji uzwe i-Danone kamshana ithi: “Shapona mayume!”
Teacher :Ubizwa ngani umunt oposter njalo ku facebook Mdelwa: Umphostoli!!