Dear Zulus Ke King Monada ‘ Umunada Ke your brother Shaka Zulu.
uINNO no Ngidi bahleli ebhasini. Kuthe kusenjalo kwangena indoda enempandla ecwebezelayo. Bahleka base babhansane onkabi baze basho bathi, “Isibuko sezinyoni Continue Reading..
Inyama yenkukhu yayimnandi isabizwa ngamaphisisi.
Umuntu ufike aphuze isizulu bese ekhuluma Isingi Plz umuntu akakhulume into ayiphuzile.
Uzophapha lakuFacebook, come Friday next week, you only passed LO and Home language
Uyayazi i-pain yokuthenga i-grocer igcwale i-trolley lapho ufake i-mask, abantu ababoni ukuthi nguwe lo owenza izimangaliso?
Umfazi angathola iR200 note kutrouse yendoda uyathula kodwa angathola icondom eyodwa ukhuluma aze akhale.
Waliwe indoda enempandla.Njalo umu ucwecwa amazambane, sisho isililo😂😂😂😂
Uke wanaka ukuthi iskole as’phumi, kuphuma izingane nothisha? 😮
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *