Sikunyise istress uzibone usuchitha iwashingi usuneka amanzi
Umunt acele umufakele efrijini lakho ajike azobopha ifindo eliqine kanje..uthi ngizowuvula kanjan plastic!!
Lento Yama suprise iyangicika ngoba umuntu ukukhokhelela ibhasi ungazi bese ekuvala amehlo uzitshele ukuthi I suprise Kanti uyofakwa ebhasini Eliya Continue Reading..
Waliwe indoda enempandla.Njalo umu ucwecwa amazambane, sisho isililo😂😂😂😂
Kungene umfana omncane etoilet, Mase phuma kunuke engathi bekungene labobana abasebenza kaSAB breweries abehlisa ukudla nge Castle Milk Stout.
Musani ukucasha masinibona emaclinic.Sonke syagula, akekho osuke ezowithdrawer imali😂😂😂
Ngiyakwazi njalo ukubona u-like ohamba nomona. 😐
I CORONA engabe iyasho nje ukuthi ifuna abantu abangaki, siyinike obaba bezingane abangazondli
Abantu bayathanda ukubuza ibhasi libhaliwe . . 1. Akubuze ukuthi uyapheka yini abe ekubona ubonda imbiza, wothi cha ngishintsha umntwana Continue Reading..
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *