Indoda Egqoka Ama-Pyjam(a) ✋ Ngathi Uhlanya Oleqe Esbhedlela!
Uma uzwa lo layini: “I have the coolest mum ever!” Ubokwazi ukuthi baphuza bobabili. 😐
Abanye abantwana bane-stress se-registration nesemisebenzi, wena une-stress se-Valentine’s Day nendoda engakufuni.
Ngafeyila u-grade 11 4 times, ngaphasa u-Matric with 6 distinctions kodwa azange ngiye enyuvesi ngenxa yemali. Ngasebenza kwaPEP for 2 Continue Reading..
Uthi uyamduduza umuntu uthi kuzolunga, avele athi: “Nini?” Ngizokwazi ngani-ke mina?
Umuntu amithe kodwa wazi kahle ukuthi indoda yakhe ihleshulelwa igwinya nge break eskoleni😂😂
Likufebele i-2000, uthi uyalithethisa lithi: “Buzz off jeqe omanzi. Phihli! Phahla! Lawa iqanda, yakhala imbuzi, meeeeeeh!”
Ukuba i stepfather sekusegazini angisabuzi nokuth unayo yin ingane
Bafethu, lento yokuba ngaphezulu idinga lamantombazane asenamabele amile mpo, sikhathele ukuvikana nezimpama✋ zophaqa pls
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *