Zulu girls be like: “i might be stupid kodwa angisona isilima” Hebanaa
Umuntu akuxoxele indaba abesethi ungatshenimuntu uchaza ukuthi wena unebhokisi lezindaba yini
Ngithenge 80kg yemphuphu emqashweni manje omakhelwane bayangihleka ngiwrong nah?
Avele abe mubi umuntu aze afane nesamfonyo 😷(mask) sakhe I 🤣🏃♂💨🖐
Kids : Baba ubuya Nini ? Daddy: Ngo December betwana bam Kids : Usiphathele izfebe uMama uthi udla Zona lapho
Yabona Beyonce umasekazothi Wimpy all night Ayi ngivele ngilambe straight
Kutheni xa nishelwa nijonga izihlangu niyathunga yini ?
Breaking News *Thina sikhule kabuhlungu straight!* “`Bewuthi uzihlalele nje uzwe kuthiwa:“` “ _Mbambeni simpeyite_ “
Uyayazi i-pain yokuthenga i-grocer igcwale i-trolley lapho ufake i-mask, abantu ababoni ukuthi nguwe lo owenza izimangaliso?
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *