Muntu nje umbone ku profile picture kuthi lo akakaze nje ayidle iPizza
Mase befika ngeBus yaseRes, behla befake amaHeadsets ungaze ufunge kuthi abadlali beReal Madrid ukuytshela
Juss imagine dating a girl with a short hair bese niyophushana eBarber Shop
Some girls ahlulwa izitabane ngobuhle ebese ecath ungabanga indoda nestabane khohlwa “oe”
Umuntu abe pregnant kodwa uyabona ukuthi i-boyfriend yakhe siyithelela ama-Go Slos. Iphi ingqondo?
Ngithe ngifonela umuntu ogunda utshani ngefoni ka-Babe, yavele yakhala kimina. 😨 Jesu ungishiyelani! 😩 😭 💔😲😲
Ngiphuphe bengiquma ikhanda baqede bangishaya ngalo ebusweni 😭💔
Uma uzwa lo layini: “I have the coolest mum ever!” Ubokwazi ukuthi baphuza bobabili. 😐
Ashiswa nini ama Male Bestie vele?? Mina ngizofika ne cutting touch😏
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *