LABO SISI ABADLA INHLABATHI IBONA ABAZALA O BRICKLAYER NO DAKA BOY
Wellcome to the Bible: Yini kodwa lento kaMaria yokuthandala noJosefa kodwa akhuleliswe nguMoya ongcwele bese ezala iNdodana kaDavide?
Bafethu, lento yokuba ngaphezulu idinga lamantombazane asenamabele amile mpo, sikhathele ukuvikana nezimpama✋ zophaqa pls
Bayancibilika oshokoledi, dankie Mdali ngelanga! Angithi abafuni ukusiqhephulela. 😐
Uthi umnika uSwidi umuntu onuka umlomo, avele awfake ephaketheni athi ngzowudla ekhaya
Ningcono nina nanibabi eskoleni, thina sisayibambile namanje. 😐 Asihambe Spoti
Avaliwe amaSaloon nama bottle stores, imali yeqolo iyosebenza umsebenzi wayo wangempela kulokhu.
To avoid ukweqiwa i-plate emcimbini, before ulidlulise komunye, beka elakho phambi kwakho then uqale-ke udlulise.
Haiybo, Ladies Utholwa abanjani lo beer ose glasin enihlezi nehla nenyuka nawo ema clinic🤔😂😂😂😂
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *