Her : Yoooh Ungigcokele Kahle yaz😍 Him : Angigcokelanga Wena
Cela ubuza lezintombi ebeziyohlola emhlangeni, if kukhona anama tattoo ecelen kwasenkomeni🍑 bezihlolwa nazo?
Mina mangiposter ama status, ngisuke ngingakhulumi nawe. Uwena onezinkinga ezifana nama status ami.
Udakwe emngcwabeni uze uvule ibhokisi uthi: “Walala wasala, wavuka s’yabaleka!”
Wawukuphi kushaywa i Beat kwi desk kuhlanye i class lonke
Kulondoda engangimkweleda imali yakhe, manje one day waqhamuka ezofuna imali yakhe. Ngoba ngangihlezi labantwana ngabona ukuthi ukubaleka akuyenzi ngabe ngithi Continue Reading..
Kubuhlungu ukujola nomculi woMaskhand ngob wamala usaleqamb’ingoma ngawe
Ur busy ungicelana no kiss, usunyonyobela ukungi Covida
Nisathi niyahleka kamnandi kini avesane athi umalume “kambe mshana usaphinda I class langonyaka odlule….unye nyiii
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *