Yaz abe mubi umuntu angafanelwa ama’Earphone
Ukhuhle amabhentshi esbhedlela kugcine sekuyiwona ayisifo kunalesi esikuphethe.
Ngendlela onekhanda elikhulu ngayo ikhanda lakho likhulu ngathi unqindi yesidalwa
Me: Waze wacula kamnandi Her: Ngyabonga. Vele u-Music is my song Kush’ omunye usisi oyibhincakazi
Ebhayibhelini ayeli tshumi(10) amankazana elinde umyeni oyedwa(1)lina ngokuba babili nje kuphela endodeni selikhiphana amehlo fundani iBhayibheli liyekele ubuthutha babonyoko
Kanti mina ngolindiswa kuzekubenini ,siyahamba isikhathi,ngizodlula ngingezwa msindo emvakwami njalo
Abanye amabele asethola thuba lokuma uma kufaswa izicathulo
Akwenzeki nje untshontshe enye yama-post alapha ekhaya uyogqama ngayo kuWhatsApp status?
Morning haw emini so Okey ngizobuya ekuseni ntambama
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *