Gals are size 28-32. Lokhu okunye omama be Stokvela
Kahle kahle umawengane kumele ashelwe 2 minutes not 2 days ✋🏽😏…kuncengwa intombi hhayi umama🚶🏽♂️🚶🏽♂️
A sangoma enters a taxi and asks “Iyaphi le taxi”? Then a drunk man answered “shaya mathambo.
Labantu abane drama abantu abangakaze bezwa uMandela ekhuluma nge peace? 🙄😂
Guys, ngiyabathanda abantwana, ❤ uma udinga i-babysitter for umntwana wakho womfana ona 27 – 34 years, ungithinte
Umtshele kahle umuntu omnyama ukuthi ulahle R900. Yena athi “yithousand phela leyo” Ayii surrend!!!!
Nibosipha phela ama-matching outfits uma ucu selugqashukile
God gave u ishiya elihle wena uyalicwecwa njenge zambane.Ulidweba esiphongweni.Buka manje uwu Minnie usufana nekati.
Uxakwe intombazane ezokubuza ukuthi unayo yini imoto noma umuzi. Ubalekele emakhaya uthole ezothi unawo yini umhlaba nemfuyo. Damm Gold Diggers
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *