Yaz le smirnoff angsizwa kahle asdakan iku twitter la
Uchama 💦uze uqinise isishwapha phezu kwengane yabantu. ulobola nini vele wena,😏
Wangqongqoza umaka Babe 👩 e Toilet ngiphakathi ngath “Khona okhona ” lapho ngishuka nephepha ,wathi “emzini kabani?”🙄
Usathi uzenza umakoti emngcwaben wakhabo Bae uvele uwise ibhodo le
Today Ngibone Inja 🐕 Ishayiswe Imoto 🚗 Ngasho Ngenhliziyo Ngathi “Ya Neh Siyaphela Singamadoda” 🙆🏽♂️
“Amantombazane azozizela.” Kusho ugogo 👵🏿 egunda umntanami ngeskero.
Akwenzeki nje untshontshe enye yama-post alapha ekhaya uyogqama ngayo kuWhatsApp status?
If ubae wakho ukwatile,nawe kwata nibe yi skwatta Camp once
Ubojola eMtuba ukuze uzobona ukuthi i-BP akulona igaraji kuphela.
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *