Tholukuthi lo muntu othi yi type yakho,nawe aw’suyi type yakhe
Unye nyi🤣😂
Kuyashisa manje.Ntambama kuzobuya lezulu eliduma uze ucabange ukuthi….kambe uxabene nobani osebenzisa amakhambi.
Uhlulwe i Relationship uze usukume nabagulayo esontweni
Dont ask me a relationship advice. I went back to the same girl 12 times… Solo bathi mnike i chance
ubani ohlala la Mlazi ka-A ngase Station? 😥 bafethu ngizozibhoshela lestimela asifiki💔 aningibhoshisa emakini
Umunt athi naze nafana….. Kant niyizingqa yini
Muntu avelr angene e taxin avule ama Flyers😞 Vele nuke umsuzo wodwa
Uzwe isdudla sithi “I miss my other half”, ubusuzibuza ukuthi kanti lesdudla kahle kahle singanani ma sesiphelele?
“Ngiyezwa mf’ethu uthi yi-wrong number, ngizwa kunomsindo lapho, nikuphi? Ngicela ukuzophuza nani. Please!”
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *