Lamadoda ahlala egqoke amabhantshi noma libalele asuke efihlani, uboke ubuze eyangakini nawe,ubhasobhe kodwa hlambe aphatha oqhwasha nje
Related Posts
Ningcono nina baniphushile nje kuphela, mina ngibuye sengigqoke uphaca owodwa kwi-Black Friday.
Avekunzima uma ungasebenzi abantu bakuthathisa okwesilima nje, ngisho usiza awubongwa, yonke into oyenzayo ayinakwa yikho abanye bezinikela emajikini nje
Yabona ngeke febise kwentombazane ephatha fon engenaso svalo sangemuva
Make-up ifuna uyincedise kancane ngobuhle bakho, ๐ฉ๐ฝโ๐ฆฐ ingasali ilwa yodwa ngathi uSamson ebhekene namaFilisti.
Angikho happy ngeSpeed sePhara uma likuphathise izimpahla. ๐๐ฅบ
Angithi sonke siyavumelana ukuthi iplate ebelinesinkwa asiliwashi kodwa siyalithintitha ๐๐๐๐๐
Likhona nakini leli dimoni elikhipha amanzi efrijini lingawabuyiseli, okukanye libuyisele isigubhu esingenalutho?
Teacher: Angilmaki Exercise elingakhaviwe Me:Angilkhavi Exercise elingamakiweโ