Isifiso sami ukuyeka insangu bese ngakha u two room onamakamelo aw5
Related Posts
Mshaye mshayeeeeeee umuntu wakho😑 umshaye ngempama Umlahle ngesbhakela umtshele ngangijwayeli kabi… umtshel…sferb angzwani naso mmmmshaye mshaye….umuntu wakho
Uyangena esontweni sekusele indawo eyodwa eduze ne X yakho, ivele iqale iculo ithi *”usathane akanandawo”*
I can’t wait to buy a car, ngizikhiphe nabangani bami abangenazimoto. Sithi sisahlale 30min e-clubbin bese ngithi: “Sengi-right bef’ethu, asinyakaze.
Wena ubusy utshela abantu ukuthi ufana nami. Ufana nami kanjani, ungakaze ungibone ngidakwa utshwala ngikipitile?
Ukube lomfana akashongo ukuthi uzofaka kancane, ngabe kangisalanga eblasini eliya emhlangeni
Never compare ibeef yase Woolworths neyase Roots, because izinkomo zase Woolworths zihamba icounseling before bazibulale.
Ngikbonile izolo Ngeze njani kemina? Ngibuyela izolo ngiku bone?🤔🤔🤔
Akyikh into ebuhlungu njengokuqanjelwa amanga emcimbini kuthiwe sewudlile