Money is a password to unlock a woman Sengikhona ngizobona ama jokes
Uyazi adakwe umuntu aze anike uJesu i-nickname, ambize “Mjeswana”
uyayaz le pain umuntu afike usaqala nokuphaka bese exoxisa into engekho
Sizonifunza kanjani ama-strawberries 🍓 🍓 ngoba phela nina nidlela ukusutha?
Lobhuti engibambisene naye kwezothando uthi amabhulukwe akhe ayancipha 🤣🤣 ngimchazele noma nizongichazelela yena 🤣
-Abemuhle uBobo akhohlwe ukuthy unentsila😂
Uma usushiyiwe yeka ukuthi “Ngeke umthole onjengami ” 🙄 Onjengawe phela akasafuneki😁
Umuntu umcele amanzi kulo Disemba avele alethe wona ngempela.
Aze asisiza lama mask, asisayi hogeli lemi lomo yenu enukayo
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *