Him; yini uju ngesingisi? Her; angizi Honey 😅😅😅😅
Sesbonga khona ukuthi uNkulunkulu umunt weslisa🙏🏼✔️ Kube enye iGender ngane iyndaba zethu zibhalwe emafini🚶🙄
😓umbona ekhala ugugu ku examroom kanti uQuestion4 uthi express your feelings
Haiy bengithi yimi kuphela omubi kanje, kodwa today ngibone umuntu omubi engathi u actor kwi advert yogogo.
When your gf leaves her size 8 shoe by the door and your mom shouts “Ubani lendoda esigqoka AmaPumps la?
Kulama advert akwaKFC, ubani owake wabona bedla isobho lakhona? Noma kubhedelwa thina?
Uhambe nenja ebusuku manifika endaweni emnyama ikhonkothe kakhulu bese ijika ngejubane
Me: saubona driver….iyaphi taxi…. Him: Yebo….Jozi🙄 Me: malini itaxi Him: angiyithengisi bhuti😏 Yhuuuu amageza so rude
Phela ngilahle ifoni ngase ngithenga i-Mobicel, sengithi ngidlala i-Candy Crush ngibona kubhalwe ukuthi Oswidi Abaqhumayo.
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *