Silima— sphukuphuku Silima—- ngadi or nsimu
Nokufaka chicken soup enyameni yenkomo kungakuswelisa umendo
Wawufuna ukufundela ukuba yini empilweni bengakakuthakathi?
Pain yokuba mude uthi uyazamula ugwinye inyoni ngephutha😤😐
Father- 2000 Mother-2001 Child-2018 Family-Takalani sesame
UCocacola angayifaka iAlcohol ku2L wakhe inkinga inina eniyothi meseniphuzile nidelele nitshele uBheki Cele. Futhi nina!!!
Umumtu ulokhu ethi simnandi iSqwaqwa, ngiyaxakeka ukhuluma ngani. Kanti usho iSgwaqane engangimphakele sona sibuya kubo eChipolopolo (Zambia) ngivakashile.
Thol’ukuthi kaaade wagcina ukuthandaza, kuthi la uthandaza khona uqale ngokuthi: “Unjani Nkosi? Ayisazani…” 😐
Akubamba kanjani amaphara ugcobe iroll on ebhalwe ukuthi 24 hours protection
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *