Ngemsa ‘shulungeke iduno Yaaaah neh Baba kho fena nefena
Weekend yonke ubangela ifamily yakho umsindo ngoMbhaqanga noMaskandi. Izingane ma zidlala amaPiano ngoMonday zibuya eskoleni uthi:”FUSEK ayehle leyonto.Uwu Bab’doti.
Cela ubuza lezintombi ebeziyohlola emhlangeni, if kukhona anama tattoo ecelen kwasenkomeni🍑 bezihlolwa nazo?
Khona abanye abantu abazi thandayo izindaba zabantu but bexakwa ezabo. Mawu umuntu please be normally guys. .
DID YOU KNOW: Ukupheka curry wakho wenkukhu uwushubise ngethini lama baked beans / fish, kungakumoshela umendo wakho
Umuntu skhule naye eyivila, kodwa mangabe eseyiphara adlule ngakini ethwele I Quantum
Umtshele kahle umuntu omnyama ukuthi ulahle R900. Yena athi “yithousand phela leyo” Ayii surrend!!!!
Phela i-Valentine’s Day akuyona i-Women’s Day, nathi siyazifuna izipho. Kanti idlalwa kanjani le nto ye-Valentine’s?
Abo Thulani,Thulisani, Thulasizwe Thulile abajole bodwa iymungulu one side
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *